IBandla likaJesu Kristu labaNgcwele beziNsuku zokuGcina Bheka futhi isishloko esithi IBandla likaJesu Kristu; Igama leBandla; Izimpawu zebandla leqiniso; Ukubuyiselwa kwevangeli Yigama elinikwe iBandla likaKristu ezinsukwini zokugcina ukulehlukanisa eBandleni elalikwezinye izikhathi (Mf&V 115:3–4). INkosi izothulula ulwazi kwabaNgcwele beziNsuku zokuGcina, Mf&V 121:33. UJoseph Smith ungumphrofethi futhi nomboni weBandla likaJesu Kristu labaNgcwele beziNsuku zokuGcina, Mf&V 127:12. Usuku olukhulu lweNkosi seluseduze kwabaNgcwele beziNsuku zokuGcina, Mf&V 128:21, 24. UJoseph Smith usize ukuba kuqoqwe abaNgcwele beziNsuku zokuGcina, Mf&V 135:3. Amaqoqo abaNgcwele beziNsuku zokuGcina kufanele amiselwe uhambo oluya esifundeni esisentshonalanga yeMelika, Mf&V 136:2. AbaNgcwele beziNsuku zokuGcina bacaciselwa ngemithetho yomshado, Iz. Eli. 1. Ubuphristi bunikwa wonke amalungu esilisa afanelekile eBandla likaJesu Kristu labaNgcwele beziNsuku zokuGcina, Iz. Eli. 2. Indaba yoMbono wokuQala kubo bonke abaNgcwele beziNsuku zokuGcina, JS—uMl. 1:1.