Omubi Bheka futhi isihloko esithi Isono; Okhohlakeleyo, Ukukhohlakala; Okungcolile, Ukungcola; Ongalungile, Ukungalungi Ngothile noma ngokuthile okungavumelani nentando noma imiyalelo kaNkulunkulu; ngabakhohlakeleyo kanye nabangengcwele. Indlela yababi iyobhubha, AmaH. 1:6. Uma olungileyo esindiswa kalukhuni, uyobonakalaphi ongamesabi uNkulunkulu na, â… Â Petru 4:18. Zincisheni okungekona okobunkulunkulu, Moro. 10:32. Imphindiselo iyeza masinyane phezu kwababi, Mf&V 97:22. Phakathi kwababi, izwi lomSindisi alizwakalanga, Mf&V 138:20.