Ihubo
Yinkondlo noma iculo elishisekelisiwe.
Incwadi yamaHubo
Yincwadi yeTestamente eliDala equkethe inhlanganisela yamahubo, amaningi awo angoKristu. Incwadi yamaHubo iyaphindwa kaningi eTestamenteni eliSha.
UDavide wabhala amaningi amaHubo. LamaHubo abhalwa njengendumiso kuNkulunkulu. Amaningi ayelungiselwe umculo.