Izibusiso zomphatriyakhe
Yizibusiso ezinikwe kumalungu afanelwe eBandla ngabaphatriyakhe abagcotshiweyo. Isibusiso somphatriyakhe siqukethe iseluleko seNkosi somuntu othola isibusiso, futhi sisho uhlanga lwalowo muntu endlini ka-Israyeli. Obaba banganika izibusiso ezithile njengabaphatriyakhe bemindeni yabo, kodwa lezo zibusiso azibhalwa noma azigcinwa yiBandla.