Ulwazi Bheka futhi isihloko esithi Iqiniso; Ukuhlakanipha; Ukuqonda Wukuqonda kanye nokubamba, ikakhulukazi iqiniso njengoba lifundiswa noma liqiniswa nguMoya. INkosi inguNkulunkulu wolwazi, â… Â Sam. 2:3. INkosi iphelele olwazini, Jobe 37:16. Ukuqala kolwazi ngukuyesaba iNkosi, IzA. 1:7. Lowo onolwazi uyawabamba amazwi akhe, IzA. 17:27. Umhlaba uyogcwala ukuyazi iNkosi, Isaya 11:9 (2 Nefi 21:9; 30:15). Nisisusile isikhiye solwazi, Luka 11:52. Uthando lukaKristu ludlula ukwazi, Ef. 3:19. Yengezani okholweni ukulunga, futhi nasekulungeni ulwazi, â…¡Â Petru 1:5. UNefi wayenolwazi olukhulu lobuhle bukaNkulunkulu, 1 Nefi 1:1. Bayofinyelela olwazini lomHlengi wabo, 2 Nefi 6:11. Abalungileyo bayoba nolwazi olupheleleyo lokulunga kwabo, 2 Nefi 9:14. UMoya unika ulwazi, Alima 18:35. Ulwazi lwakho luphelele kuleyonto, Alima 32:34. AmaLamani ayolethwa olwazini oluyiqiniso lomHlengi wawo, Hel. 15:13. Ningazi ngolwazi olupheleleyo ukuthi kungokwaNkulunkulu, Moro. 7:15–17. AbaNgcwele bayothola amagugu amakhulu olwazi, Mf&V 89:19. Ulwazi olukhulu luwukhulisa kahulu umoya, Mf&V 121:42. Kulowo okunikwe kuye izikhiye zobuphristi obungcwele akukho ubunzima ekutholeni ulwazi lwamaqiniso, Mf&V 128:11. Uma umuntu ethola ulwazi kulempilo, unenzuzo emhlabeni ozayo, Mf&V 130:19. Ngeke kwenzeke ukuba umuntu asindiswe engenalo ulwazi, Mf&V 131:6.