Yisehlakalo esingavamile esenziwa ngamandla kaNkulunkulu. Izimangaliso ziyinxenye ebalulekile emsebenzini kaJesu Kristu. Zihlanganisa ukwelashwa, ukubuyisela abafileyo empilweni, kanye novuko. Izimangaliso ziyinxenye yevangeli likaJesu Kristu. Ukholo lubalulekile ukuze izimangaliso zibonakaliswe (Marku 6:5–6; Morm. 9:10–20; Etere 12:12).