Geza, Okugeziweyo, Ukugezwa
Wukuhlanza, ngokomzimba noma ngokomoya. Ngokufanekisa, umuntu ophendukileyo angahlanzwa empilweni egcwele isono kanye nemiphumela yaso ngomnikelo ohlawulayo kaJesu Kristu. Ukugezwa okuthile okwenziwa ngaphansi kwegunya lobuphristi obufanele kusebenza njengezimiso ezingcwele.