Ukuhleba Bheka futhi isihloko esithi Amahemuhemu; Ukukhuluma okubi Wukukhuluma izinto ezikhona noma izindaba ngomunye umuntu ngaphandle kokuvunyelwa yilowo muntu. Amazwi onke ayize abantu abayowakhuluma, bayophendula ngawo, Math. 12:36. AbaNgcwele bayexwayiswa ngokuzigaxa ngokungekwabo kanye nangokuhleba, bekhuluma izinto okungafanele bazikhulume, â… Â Thim. 5:11–14. Ungakhulumi okubi ngomakhelwane wakho, Mf&V 42:27. Qinisa abafowenu ohola nabo kuyo yonke inkulumo yakho, Mf&V 108:7.