Inkazimulo yethilestiyali Bheka futhi isihloko esithi Amazinga ezinkazimulo Yizinga lenkazimulo eliphansi kunawo wonke lapho abantu beyohlala khona emuva kokwaHlulelwa kokuGcina. UPawulu wabona inkazimulo yezinkanyezi, â… Â Kor. 15:40–41. UJoseph Smith noSidney Rigdon bayibona inkazimulo yethilestiyali, Mf&V 76:81–90. Abantu abahlala emhlabeni wethilestiyali ababaleki njengezinkanyezi, Mf&V 76:109–112. Lowo ongakwazi ukuhlonipha umthetho wombuso wethilestiyali ngeke akwazi ukubekezelela inkazimulo yethilestiyali, Mf&V 88:24, 31, 38.