AmaKristu Bheka futhi isihloko esithi Umfundi; Umuntu ongcwele Yigama elinikwa abakholwa kuJesu Kristu. Nakuba leligama ngokuvamile lisetshenziswa emhlabeni wonke, iNkosi ikhombe abalandeli beqiniso baKristu njengabaNgcwele (IzE. 9:13, 32, 41; â… Â Kor. 1:2; Mf&V 115:4). Abafundi babebizwa ngamaKristu, IzE. 11:26. Uma umuntu ehlupheka njengomKristu, makangabi namahloni, â… Â Petru 4:16. Ngenxa yesivumelwano niyobizwa ngabantwana baKristu, Mosiya 5:7. Amakholwa eqiniso ayebizwa ngamaKristu yilabo ababengewona amalungu eBandla, Alima 46:13–16.