Ofanelwe, Ukufanelwa Bheka futhi isihloko esithi Olungileyo, Ukulunga Wukulunga wena uqobo futhi nokuhlala uvunyiwe emehlweni kaNkulunkulu kanye nawabaholi Bakhe ababekiweyo. Lowo ongasithathi isiphambano sakhe akangifanele, Math. 10:38. Isisebenzi sifanelwe yinkokhelo yaso, Luka 10:7 (Mf&V 31:5). Bonani ukuthi nenza zonke izinto ngokufanela, Morm. 9:29. Babengabhabhadiswa ngaphandle uma babefanelwe, Moro. 6:1. Lowo ovilaphayo ngeke athathwe njengofanele ukuma, Mf&V 107:100. Lowo ongeke akubekezelele ukujeziswa akawufanele umbuso wami, Mf&V 136:31. Ubuphristi banikwa wonke amalungu abesilisa abafanelwe, Iz. Eli. 2.