Amasu Okufunda
Ukuxolelwa, Xolela


Ukuxolelwa, Xolela

Wukuthethelelwa ekujeziselweni isono futhi kuthiwe awunacala. Umuntu uyaxolelwa ngomusa womSindisi ngokholo Kuye. Lolu kholo lukhonjiswa wukuphenduka kanye nokuthobela imithetho nezimiso zevangeli. INhlawulo kaJesu Kristu ivumela abantu ukuba baphenduke futhi baxolelwe noma bathethelelwe ekujezisweni abebezokuthola ukuba ibingekho.

Shicilela