Abesifazane, Owesifazane Bheka futhi isihloko esithi Abantu, Umuntu; Abazalwane, Umfowethu; Udade Ngumuntu wesifazane osekhulile, yindodakazi kaNkulunkulu. Izwi elithi owesiFazane kwesinye isikhathi emibhalweni engcwele lisetshenziswa njengebizo lokuhlonipha (Joh. 19:26; Alima 19:10). UNkulunkulu wadala owesilisa nowesifazane, Gen. 1:27 (Mose 2:27; 6:9; Abr. 4:27). Inani lowesifazane olungileyo lidlula kakhulu amarubi, IzA. 31:10–31. Owesifazane uludumo lwendoda, â… Â Kor. 11:7. Indoda ayibi ngaphandle kowesifazane, nowesifazane akabi ngaphandle kwendoda, eNkosini, â… Â Kor. 11:11. Abesifazane mabagqoke izingubo ezifaneleyo, â… Â Thim. 2:9–10. Mina, iNkosi, ngiyabuthokozela ubumsulwa babesifazane, Jakobe 2:28. Izono zakho zixolelwe, futhi uyinkosikazi ekhethiweyo, Mf&V 25:3. Abesifazane banelungelo lokondliwa ngabayeni babo, Mf&V 83:2.