Abantwana baKristu Bheka futhi isihloko esithi Amadodana namadodakazi kaNkulunkulu; Jesu Kristu; Zelwe; Zelwe kabusha, Zelwe nguNkulunkulu Yilabo asebemukele ivangeli likaJesu Kristu. Yilowo nalowo oyozithoba njengalomntwana omncane nguyena omkhulu, Math. 18:1–4. Kholwani ngukukhanya ukuze nibe ngabantwana bokukhanya, Joh. 12:36. Susa umuntu wemvelo futhi ube njengomntwana, Mosiya 3:19; 27:25–26. Ngenxa yesivumelwano niyobizwa ngabantwana baKristu, Mosiya 5:7. Uma uzobambelela kukho konke okuhle, impela uzokuba ngumntwana kaKristu, Moro. 7:19. Kwabaningi abangemukeleyo, ngibanike amandla okuba ngamadodana ami, Mf&V 39:4. Ningesabi, bantwana abancane, ngokuba ningabami, Mf&V 50:40–41. Umunye nami, indodana kaNkulunkulu, Mose 6:68.