Ikhaya Bheka futhi isihloko esithi Umndeni Ikhaya kufanele libe ngumnyombo wakho konke okuthandwayo kwevangeli kanye nokomndeni. Indoda iyokhululeka ekhaya ukuba ithokozise umfazi wayo, Dut. 24:5. Wamthumela emuva ekhaya lakhe, Marku 8:26. Abantwana mabafunde ukuthanda abazali ekhaya, â… Â Thim. 5:4. Yibani ngabaqondileyo, nibemsulwa, niphathe kahle amakhaya, Thithu 2:5. Hambani niye emakhaya niyozindla ngezinto engizishilo, 3 Nefi 17:2–3. Ngabakhuthaza ukuba balwele abafazi babo, kanye nezingane zabo, kanye nezindlu zabo, kanye namakhaya abo, Morm. 2:23. Obaba bayalwa ukuba bakhuthale futhi bashisekele ekhaya, Mf&V 93:43–44, 48–50.