Amasu Okufunda
Uphawu lwejuba


Uphawu lwejuba

Wuphawu olulungiswe ngaphambili uJohane umBhabhadisi ayeyobona ngalo uMesiya (Joh. 1:32–34). UJoseph Smith wafundisa ukuthi uphawu lwejuba lwamiswa ngaphambi kokudalwa komhlaba njengobufakazi bukaMoya oNgcwele; ngakho-ke, udeveli ngeke eze ngophawu lwejuba.