Amasu Okufunda
Ukulunga


Ukulunga

Wumphumela ongapheli wezibusiso ngenxa yemicabango nezenzo ezilungileyo, kanye nesijeziso ngenxa yokungaphenduki esonweni. UkuLunga wumthetho waphakade odinga ukuba kubekhona isijeziso njalo uma umthetho kaNkulunkulu uphuliwe (Alima 42:13–24). Umoni kufanele ahlawule uma engaphenduki (Mosiya 2:38–39; Mf&V 19:17). Uma ephenduka, umSindisi uyasihlawulela isijeziso ngeNhlawulo, encengela umusa (Alima 34:16).