Umhawu Bheka futhi isihloko esithi Fisa; Nomona, Umona Ngokwemibhalo engcwele, ukufuna into engeyomunye umuntu akulungile. Abaphatriyakhe, begcwele umhawu, bamthengisa uJosefa eGibithe, IzE. 7:9. Isihe asinawo umhawu, â… Â Kor. 13:4 (Moro. 7:45). Umhawu uvela ekuzaziseni, â… Â Thim. 6:4. Lapho kukhona umhawu, kukhona ukudideka kanye nazozonke izenzo ezimbi, Jak. 3:16. INkosi yayala abantu ukuba bangabi nomhawu, 2 Nefi 26:32. Kwakungekho mhawu phakathi kwabantu baNefi, 4 Nefi 1:15–18. Umhawu nolaka lwabantu bekuyinto ejwayelekile kuzo zonke izinsuku zempilo yami, Mf&V 127:2.