Umkhandlu ophetheyo Bheka futhi isihloko esithi Umthetho-sisekelo Uma uJesu ebuya, uzomisa umkhandlu ophetheyo wokulunga. Umkhandlu ophetheyo uyoba semahlombe akhe, Isaya 9:6 (2 Nefi 19:6). Nikani uKesari okukaKesari, Math. 22:21 (Mf&V 63:26). Yibani ngaphansi kwamandla ombuso, Roma 13:1. Khulekelani amakhosi kanye nabo bonke abasemagunyeni, â… Â Thim. 2:1–2. Yibani ngaphansi kweziphathimandla nezimantshi, Thithu 3:1. Thobelani zonke izimiso zabantu ngenxa yeNkosi, â… Â Petru 2:13–14. UJesu Kristu uyoba ngumbusi wokugcina womhlaba, IsAmb. 11:15. Yibani namadoda alungileyo ukuba abe ngamakhosi enu, Mosiya 23:8. Yenzani umsebenzi wenu ngezwi labantu, Mosiya 29:26. UKristu uzoba ngumbusi wethu uma eseza, Mf&V 41:4. Lowo ogcina imithetho kaNkulunkulu akanasidingo sokuphula imithetho yezwe, Mf&V 58:21. Uma kubusa ababi abantu bayakhala, Mf&V 98:9–10. Ohulumeni bamiswa nguNkulunkulu ukuze kuzuze abantu, Mf&V 134:1–5. Abantu bamelwe wukusekela nokuqinisa ohulumeni, Mf&V 134:5. Sikholelwa ekubeni ngaphansi kwamakhosi, omongameli, ababusi, futhi nezimantshi, Bha. Kho. 1:12.