Okuthokozisa imizwa, Ukuthokozisa imizwa Bheka futhi isihloko esithi Imikhuba yokonakala yokulalana; Inkanuko; Ubumsulwa; Ukuhlobonga; Ukuphinga Wukuthanda kakhulu noma yisifiso sokujabulisa umzimba ngokungalungile, ikakhulukazi kwemikhuba yokonakala yokulalana. Umkankosi yakhe waphonsa amehlo akhe kuJosefa, Gen. 39:7. Lowo obuka owesifazane amkhanukele usephingile, Math. 5:28 (3Â Nefi 12:28). Dedani ezinkanukweni zenyama, ezilwa nomoya, â… Â Petru 2:11. Inkanuko yenyama kanye nenkanuko yamehlo akuveli kuBaba, â… Â Joh. 2:16. Ungabe usalandela izinkanuko zamehlo akho, Alima 39:9. Ngokuphambuka kulemithetho engcwele abantu baba ngabathokozisa imizwa, Mf&V 20:20. Uma kukhona abayophinga enhliziyweni zabo, ngeke babe noMoya, Mf&V 63:16. Phezani kuzo zonke izinkanuko zenu, Mf&V 88:121. Abantu baqala ukunaka inyama, ukuthokozisa imizwa, nokuba nobudeveli, Mose 5:13 (Mosiya 16:3; Mose 6:49).