Njengoba lisetshenziswa emibhalweni engcwele, igama elithi ubufakazi linezincazelo ezimbili: (1) Wulwazi futhi nobufakazi bomoya obunikwa nguMoya oNgcwele. (2) Wokushiwoyo noma okukhombisayo ukuthi into ethile iliqiniso; wubufakazi. Ubufakazi futhi kungaba yisimemezelo esisemthethweni noma esivunyelwe ngumthetho salokho umuntu akubona njengeqiniso (Mf&V 102:26).
Wulwazi futhi nobufakazi bomoya
Wokushiwoyo noma okukhombisayo ukuthi into ethile iliqiniso